UMasango ufuna ukulishiya iqembu lakhe

2016-08-01 14:31

Johannesburg - UMandla Masango ubengekho emdlalweni wangempelasonto njengoba iqembu lakhe iRanders ingazange imfake ohlwini labadlali kulandela ukunqaba kwakhe ukuzilolonga neqembu ngeledlule ngoba efuna ukulishiya leliqembu.

Lo mdlali weBafana Bafana wayeka ukuzilolonga ekubeni engalimele ngokusho komqondisi weRanders u-Ole Nielsen.

Funda nalolu daba: UKomphela uphawula ngomdlalo

Leli qembu ku-website lithe lo mdlali ubengazizwa ekulungele ukuzilolonga neqembu ezinsukwini ezedlule, kubika iKickOff.com.

Imenenja kaMasango, uBuddy Farah, yatshela izintatheli ukuthi uMandla akeneme kuleli qembu kanti sekukaningi ecela abaphathi ukuba bamdedele athole eliny eiqembu. Kuthiwa kunamaqembu amfunayo khona eDenmark.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.