UMasipa wahluleka ukuveza izizathu zokwehlisela u-Oscar isigwebo

2017-11-03 14:00

Bloemfontein - IJaji uThokozile Masipa wehluleka ukubeka izizathu ezizwakalayo zokuthi ngungani engamnikezanga umsubathi wakuleli u-Oscar Pistorius isigwebo seminyaka engu-15 ngesikhathi elahlwa yicala lokubulala uReeva Steenkamp.

Lokhu kulalelwe eNkantolo yokuDluliswa kwamaCala.

Umshushisi u-Andrea Johnson utshele inkantolo ukuthi uJaji Masipa waba nephutha ngesinqumo sakhe kanye nokugweba uPistorius iminyaka eyisithupha ebhadla ejele. "Isigwebo kumele sihambisane nobunjalo becala," esho.

UMbuso uzama ukuthi inkantolo yelule isigwebo esanikezwa inkantolo.

OLUNYE UDABA: 'Umthetho kumele udlale indima yawo' ngoPistorius - kusho umndeni wakwaSteenkamp

"Inkantolo yasebenzisa inkolelo kaPistorius yokuthi kwakunomgqekezi endlini ngesikhathi yethula izinkulumo zokuvala," kusho uJohnson mayelana nesigwebo esanikezwa lo msubathi. 

Uthi lokhu kuyadukisa kakhulu njengoba futhi uPistorius engazange atshengise ukuzisola ngokubulala uSteenkamp. 

UJustice Ronnie Bosielo uphonsele inselelo uJohnson ngalesi siphakamiso sakhe, wathi uPistorius wazama kaningana ukuxhumana nomndeni kaSteenkamp. 

"Wazama ukuxolisa. Yini enye okwakumele ayenze?" kubuza uBosielo. 


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.