Umasipala usebenza kanzima ukulungisa ipayipi eliqhumile

2016-05-11 17:00

Durban -  Umasipala waseThekwini usebenza ngokuzikhandla ukulungisa ipayipi lamanzi eliqhumile ngase-Paradise Valley Nature Reserve, kubika iNewswatch.

NgoLwesithathu ekuseni abasebenzi balo mkhandlu  bacinge baze bathola ukuthi liqhume kuphi leli payipi elishiye izakhamuzi eziningi zakuleli dolobha zingenamanzi.

OLUNYE UDABA:Kushone izingane kuqhuma ipayipi lamanzi

Okhulumela umasipala uThulani Mbatha uthe into ebabambezelayo wukuthi umsebenzi wokulilungisa wenziwa ngesikhathi sokusebenza kuphela.

“Sifuna ukunxusa izakhamuzi ezithintekayo kulokhu ukuba zibekezele futhi zicabangelane uma ziyokha amanzi emathangeni.

“Sizama ngakho konke okusemendleni ukuba sililungise lelipayipi, yize sisebenza kakhulu emini kusenelanga umsebenzi ubonakala kahle.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.