Umasipala wakwaNongoma ududuze umndeni wababulawe umbani

2016-11-15 18:04

kwaNongoma - Kungenelele uhulumeni emndenini ohlaselwe yifu elimnyama kushona izingane ezimbili zishaywa izulu.

UMbhekeni Gina, 56, wakwaZibambele kwaNongoma uthi walibona izulu ukuthi alilihle neze ngoMgqibelo.

Lo baba watshela umndeni wakhe ukuba uyohlala kurondo lize lidlule izulu, kubika iDaily Sun.

Akawagwinyanga amagamakhe njengoba umbani washaya ozomhame zalje ezimbili zashona.

USinethemba, 19, kanye noNhlakanipho,17, bashone kuwo urondo abebethi bazivikele kuwo.

"Benginethemba lokuthi lezi zingane zizofunda zisebenze ziwukhiphe lomndeni enhluphekweni.

OLUNYE UDABA:Kushone abantu abane beshaywa umbani eHarding

"Silahlekelwe yiyo yonke into esiyigcina kulo rondo, ukudla kanye nempahla ebesinayo akusekho konke," kusho lobaba.

UMasipala wakwaNongoma uthumele iziphathimandla ukuba ziyohlola isimo salo mndeni.

Laba basebenzi bebephethe izingubo zokulala kanye namathende ukuze lo mndeni ukwazi ukufihla amakhanda okwesikhashana.

UMsawakhe Mayisela okhulumela uMnyango kaHulumeni wokuBambisana eKZN uthe uMEC Nomusa Dube umatasa ngohlelo lokufaka izinsimbi okuyizona ezizovimba izulu.

Lezi zinsiza zizofakwa ezindaweni ezisemakhaya ukuze abantu baphephe uma izulu lingelihle.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.