UMasutha uthokozile ngesigwebo sikaVicki Momberg

2018-03-29 16:01

Johannesburg - UNgqongqoshe woMnyango wezobuLungiswa uMichael Masutha, utshengise enkulu injabulo ngokugwetshwa kukaVicki Momberg ngenkulumo yakhe enokucwasa ngokwebala ayeyibhekise emaphoyisa amnyama ngokwebala ayezama ukumsiza esigamekweni sokubanjwa inkunzi.

NgoLwesithathu, uMomberg ugwetshwe iminyaka emithathu ebhadle ejele, walengiselwa unyaka owodwa, iminyaka emithathu engatholakali enza ecala elifana naleli.

OLUNYE UDABA:Uzogwetshwa namuhla uVicki Momberg ngelokucwasa iphoyisa elinsundu

UMasutha uthe, "Ngicabanga ukuthi isigwebo sidlulisa umyalezo kulabo abayizisulu zokucwaswa nalabo abacwasa abanye ngobuzwe ukuthi umthetho unamandla. Ngakho sithokoze kakhulu ngemiphumela yesigwebo."

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.