UMatlaba ayimkhathazi eyokungabizwa kwiBafana

2017-10-31 14:00

Johannesburg - Ukaputeni we-Orlando Pirates uThabo Matlaba uthi akuyona into ayikhumbulayo ukuba kwiBafana Bafana, okwamanje ugxile ekusizeni ikilabhu yakhe kuneqembu lesizwe.

UMatlaba selokhu agcina ukubizwa eqenjini lesizwe kusekhona uShakes Mashaba ngoNovemba ngonyaka odlule, kanti indawo yakhe isiyathathwa ngumdlali weBidvest Wits uSifiso Hlanti.

Nakuba kunjalo, uMatlaba ayimkhathazi leyo njengoba ezimisele ngokusiza ezakhe ukuba ziphinde zibe yiqembu elesatshwayo kuleli.

"Ukukhuluma iqiniso nje, kangikhathazekile ngeBafana Bafana kodwa ngikhathazeke ngekilabhu yami – ukuba ngenze kahle kuyona, ngaphambi kokuba ngicabange ngeBafana,” esho.

OLUNYE UDABA: Owayedlalela iPirates ukhuthaze uLebese ngemuva 'kokuhlazeka' kwakhe

"Ngiyazi ukuthi bonke abadlali bafuna ukudlalela iqembu lesizwe, kodwa mina kuzomele ngiqale ngokwenza kahle eqenjini lami ngaphambi kokuba ngiye kulona. Ngisagxile ekilabhini yami.”

Ebuzwa ukuthi uyazikhumbula yini izinsuku ezimnandi besenkanjini yeqembu lesizwe, lo mdlali uthe: "Kungani kumele ngikhumbule izinsuku ezimnandi [sisenkanjini yeBafana]. Angiseyena umfana omncane manje."

Uthi usangabizwa kodwa kwiBafana, akethukile ngokungabizwa okwamanje.

“Engikushoyo nje ukuthi kumele ngenze kahle kuqala kwikilabhu yami, kangisho ukuthi angifuni ukubuyela kwiBafana, ngizobuye ngicabange ngalokho.”

- KickOff.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.