UMbalula uzovakashela imindeni yabangu-11 abadutshulwa babulawa

2017-10-03 09:35

Cape Town – UNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalula ngoLwesibili ekuseni kulindeleke avakashele indawo yasePhilippi East ukuyoduduza imindeni yezisulu ezingu-11 ezidutshulwe zabulawa esigamekweni esenzeke eMarikana ngoLwesihlanu ebusuku.

Okhulumela uMnyango u-Esethu Hasane uthe uNgqongqoshe kulindeleke axoxisane nomphakathi kanye nemindeni elahlekelwe yizihlobo zayo kulesi sigameko.

Abantu abane kubikwa ukuthi badutshulwa babulawa ethaveni, abanye abathathu emjondolo oseduzane, oyedwa ngaphandle komjondolo, abanye ababili batholakala beshonile phakathi kwemijondolo kanti omunye washonela esibhedlela ngemuva kokudutshulwa ethaveni.

OLUNYE UDABA: Kuthakathwe amathuna asebukhosini

Owazibonale, uKwanele Nyamakazi, utshele iNews24 ukuthi wayesethaveni ngezithuba zabo-18:00 ngesikhathi bezwa kujikijelwa ‘isitini’phezu kophatha lukathayela.

"[Abanye abantu] bazama ukuphumela ngaphandle beyobheka ukuthi kwenzakalani kodwa bafica abantu ngaphandle ababatshela ukuthi ababuyele ngaphakathi,” esho.

"Labo bantu bangena ngaphakathi, bavulela ngenhlamvu.”

UNyamakazi uthi yena wacasha ngemuva kwe-pool table.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.