UMbeki 'akazimisele' ngokukhankasela i-ANC - Umbiko

2016-07-20 12:31

Johannesburg - Ngesikhathi ebuzwa ukuthi ngabe uThabo Mbeki uzoyikhakhansela yini i-ANC, iMeya yaseGoli uParks Tau uthe: ‘Sizonasiza’.

Ngokombiko weThe Citizen, i-ANC eGauteng ayifunanga ukusho ukuthi ngabe uMbeki uzolisiza yini leli qembu emkhankasweni walo wokhetho.

Funda nalolu daba: Usacaze phansi ingane, wazibulala

Imeya yaseGoli ihlangane noMbeki ngoMsombuluko eThabo Mbeki Foundation eKillarney, eGoli.

IThe Citizen ithi ithole ngemithombo yayo ukuthi uMbeki, owakhishwa esikhundleni sakhe  sokuhola izwe, akazimisele ngokukhankasela i-ANC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.