UMbeki ucela ukuba anikezwe ithuba uRamaphosa

2018-01-29 11:00

Johannesburg - Lowo owayengumengameli we-African National Congress (ANC) uThabo Mbeki uthi ubumbano noshintsho kwi-ANC yikhona okubaluleke kakhulu.

Ekhuluma ohlelweni lwezindaba lakwa-SABC News esenhlokodolobha yase-Ethiopia, i-Addis Ababa, ukhulume nangengqungquthela yokukhetha ubuholi kwi-ANC.

“Ubuholi obukhethwe engqungqutheleni ye-ANC buthi busebenzela ubumbano lwenhlangano. Udaba lobumbano lubalulekile, kanjalo nokuguqula isimo se-ANC, ukulwisana nenkohlakalo nokunye… …Ngicabanga ukuthi kumele sibanikeze isikhathi ukuze bakhulume kabanzi ngalezi zinto.”

OLUNYE UDABA: I-SARS isezithendeni zamabandla angayikhokhi imali yentela

UMbeki uthi uma i-ANC ifuna ukubona ushintsho kuzomele ikhuculule.

“Kunabantu abaningi nezinto eziyinkohlakalo okumele zilungiswe kwi-ANC kusukela emagatsheni kuze kufike esigungwini esiphezulu.

“Uma ufuna ushintsho kwi-ANC, kuzomele uqinisekise ukuthi kuyakhucululwa lezo zinto esezangena ngaphakathi.”

UMbeki uphinde wacela amalungu enhlangano ukuba anikeze ithuba umholi omusha we-ANC uCyril Ramaphosa ngoba udlulisa umyalezo owethembisayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.