UMbete ngeke acashe ngesithupha odabeni lokuvota ngokuyimfihlo - Ramaphosa

2017-06-26 14:00

Johannesburg – IPhini likaMengameli wezwe uCyril Ramaphosa lithi uSomlomo wePhalamende uBaleka Mbete uzothatha isinqumo asesitshubungulwe kahle ngemuva kokuba iNkantolo yoMthethosisekelo ngeledlule ithe unamandla okuthatha isinqumo ngokuvota okuyimfihlo.

NgoLwesine olwedlule, inkantolo yakhipha isinqumo sokuthi uMbete unamandla okuthatha isinqumo ngendlela yokuvota esiphakamisweni sokungethenjwa kobuholi bukaMengameli Jacob Zuma.

Lolu daba lalufakwe enkantolo yi-United Democratic Movement, Economic Freedom Fighters neCongress of the People ngenyanga edlule.

OLUNYE UDABA: Uzovela enkantolo osolwa ngokubulala isisebenzi sakwa-Eskom

URamaphosa utshele i-Eyewitness News ukuthi uyahambisana nesinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo futhi uMbete ngeke asacasha ngokuthi akakwazi okumele akwenze.

“Ngeke futhi acashe ngesithupha athi ‘anginawo amandla’.

Ngeledlule, inkantolo yathi uMbete wayenephutha uma ethi uMthethosisekelo noma imithetho yePhalamende ayimvumeli ukuba agunyaze ukuvota okuyimfihlo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.