UMBONO: Abantu abawuvali umlomo ngomfundisi okhulume ‘noNkulunkulu’ ocingweni

2017-05-23 11:01

Durban – Abawuvali umlomo abantu ezinkundleni zokuxhumana nge-video yomfundisi waseZimbabwe obonakala ekhuluma nocingo nalapho yena ngokwakhe ethi ukhuluma noNkulunkulu uqobo lwakhe.

I-video kaPastor Paul Sanyangor, weVictory World International Ministries Church, isisabalele ezinkundleni zokuxhumana ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Buka: Umfundisi ekhuluma 'noNkulunkulu' ocingweni enkonzweni

NgoMsombuluko, le video ibisibukwe ngabantu abangu-77 yize noma kungacaci ukuthi iqoshwe kuphi.

Zifundele eminye yemibono yabafundi beZindaba24 lapha:

Mashaba Sbusiso - Phela kufunwa imali.emasontweni akudlalwa. Iyasebenza le ndoda. Iziwula zizogcwala ziqulele imali ayithathe lo mbhemu. Iziwula zohlala zikhona njengephunga likafishi ekubeni ugeza njalo.

Raymond Grootboom - Sisezinsukwini zokugcina. Kwashiwo ebhayibhelini ngabo laba-prophet nombuso oyovukelana, izingane zijikele abazali, naku seziyabadlwengula abazali nombuso ujikelene, nabapropheti bamanga sebefikile.

Senzo NQ Hlophe - Yingakho nje sijeziswa kanjena ayikho lena uJehova akusiyo into yokudlala njalo.

Andile Mazibuko - Engabe lomfundisi uyithole kanjani i-number yasezulwini?,Ngathi kwahluleka uRebecca Malope ecula ngayo!!! Yer!

Masta P Alabama - Njalo nje bahlezi beshumayela abafazi futhi baginqga bona phansi, awukaze ubone kumuntu wesilisa. Nxa bayangidina labo tsosti.

Ntomby Mazikode Mashenge Masibalkhulu - Linamanga leli qola lomfundisi akukho Nkulunkulu osocingweni abangane bakhe laba enza nabo ubugebengu uzifunela udumo olubhedayo.

Jase Ntamane - Bazothatheka abantu besifazane. Bayazithanda izinto ezenziwa abantu bokufika. Bese eyabalala umfundisi. Bakhale futhi.

Sthembiso Van Der Langa - Msangano muni loyo? Yini engafakanga u-loud speaker ??

Misheck Ngwenya - Qaphelani abefundisi abasebenzela izisu zabo belahla abantu endleleni yokukholwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.