Umbono: "Angikholwa ukuthi uMathe ushonile"

2016-12-28 18:01

Durban - UMathe owagwetshelwa amacala ahlanganisa ukudlwengula, ukubulala, ukuduna kanye nokugebenga waduma kakhulu ngemizamo yakhe yokweqa ejele.

Ngonyaka ka-2006 waba yisiboshwa sokuqala ngqa ukweqe ejele lasePitoli nokuyijele elaziwa ngeliqashwe ngawokhozi.

Ngonyaka owandulela lowo, uMathe weqa esiteshini samaphoyisa iJohannesburg Central.

Bekusanda kubikwa ezinyangeni ezimbalwa ezedlule ukuthi uke wazama itulo lokweqa ejele laseKokstad lapho abesethuthelwe khona.

Isigebengu esinobungozi kangaka singavele sishone kalula kanjalo?

Ithini imibono yabafundi ngalolu daba?

Ivy Ngubo Elinye lamasu akhe-ke lomlisa lokweqa uzokweqa khona emakhazeni akashonile Ananias yisigebengu esiwungqondongqondo ngale ndlela exakayo.

Zwa Madiya Hawu lomuntu ubekewazama ukweqa kulonyaka useshonile?eeeewu akesethembe ukuthi akabulawangamuntu.

Mgobayza Khambule Lalala iqhawe ngisho idelakufa umakadebon, uma sikhuluma ngeqhawe lesigebengu sikhuluma ngoNcanana indoda ebizophuma ibuse lelizwe.

Mandla Nyawose Nenze isiqiniseko sokuthi isdumbu sakhe sigadwa amaphoyisa naso siboshwe ngozankosi uyingozikabi loyo usangeqa nasemakhazeni nethuna lakhe lefakwe ukhonkolo ayi umhlabathi engeqa nasethuneni asazike emlindelweni ngoba engeqa nakhona.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Inbound call centre agent

Western Cape
Full Circle Contact Centre Services (PTY) LTD
R6 500.00 Per Month Per Month

Learning & Development Coordinator

Cape Town
Kelly and Quest Staffing Solutions
R18 000.00 - R19 000.00 Per Month

Golf Retail Sales Administrator

Southern Peninsula
Global Golf
R8 000.00 - R10 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.