UMBONO: Isiyoyoyo sendoda sibukela unkosikazi ebhaxabula umakhwapheni waso

2017-09-28 19:29

eThekwini - Isabalele ezinkundleni zokuxhumana i-video etshengisa unkosikazi ebamba oqotsheni umyeni wakhe ehleli nentombi emotweni yakhe.

Kule video kuzwakala unkosikazi ethetha ngolaka ebuza umakhwapheni ukuthi ubengazi yini ukuthi ujola nendoda eshadile.

Kwenzeka lokhu, lo nkosikazi ushaya le "ntombi" ngapha uqopha i-video eyitshela ukuthi ingabufihli ubuso bayo.

Kukho konke lokhu, indoda izithele ngabandayo, sengathi ayikaze yenze lutho.

Isenzo sale ndoda sicasule abantu abaningi ababone le-video bekhala ngokuthi iyisiyoyoyo.

OLUNYE UDABA:INGOSI: Ake sibheke udaba lwengane ezalelwe ekhaya

Babodwa ababuza ukuthi kungani le ndoda ingazami ukulamula, ivikele le "ntombi" ngoba iyona ebesephutheni lokushela ibe yazi ukuthi ishadelwe.

Abanye bamangazwa yisibindi sokuthi ithule sengathi ayazi lutho.

Yize kunjalo, babodwa abancoma ukuthi indoda ebanjwe isephutheni yenza nje, iyazithoba, ingamdeleli unkosikazi ngoba useze wayibamba.



Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi ezishicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.