UMBONO: Kusenzima kakhulu entsheni yakuleli

2017-06-16 14:30

Durban - Namhlanje kubungazwa umhlaka-16 Juni okunguSuku lweNtsha. Kukhunjulwa amaqhawe ango-1976 abhikisha emelene nokufundiswa ngesiBhunu ezikoleni.

sibe sesibhala kanje sifuna ukuzwa uvo lwabafundi beZindaba24 mayelana nalolu suku:

Sithanda ukufisela abantu abasha uSuku lweNtsha oluhle.

Yini wena njengomuntu omusha waseNingizimu Afrika osuyizuzile noma ofisa ukuyizuza?

Uma ungakafinyeleli lapho ufisa khona, yini ocabanga ukuthi ingasiza ukukweseka ukuze ufeze amaphupho akho?

Uma usuphumelele, yimuphi umyalezo ongawunikeza abanye abantu abasha abasahlanganisa impilo?

Nazi izimpendulo, ezinye ungazithola ekhasini lethi likaFacebook.

Anis Mkutshwa Ngingomunye wentsha eseMzansi, engikushoyo ukuthi ukubekezelela emsebenzini kuyakwenza uphumelele ikakhulu ukuzazi ukuthi ubuyaphi, uyaphi ufisani ngempilo yakho nekusasa lakho kuyasiza lokho. Ngisebenza nabantu esithola nzunzo yinye nabo ngempelanyanga kodwa abanye bayaphumelela abanye bayiqedela otshwaleni nasemjolweni nakwezinye izinto ezingasile nje leyto mali. Ngokwami ngithi ukuzazi ukuthi ungubani ufunani empilweni yikho okusiza umuntu ukuthi aphumelele. Intsha eningi ichitha izimali ngobuthutha ikhohlwe ukulungiselela ikusasa. Njalo intsha ifuna ukukhangezwa. 

Delane Delane II Nginesitifiketi sikamatikuletsheni kuphela engawuphasa kahle, kodwa ngoba ngiphuma emndenini ohlwempu akukho ukuqhubekela phambili ekubeni ongqongqoshe nomengameli bephila impilo yomntakabani ngemali yabakhokhi bentela. I-ANC yafa noMandela!

Ntombi Girlagain Sibisi Mina ngidinga uhulumeni angixhase ngifuna ukuqala ibhizinisi kodwa anginayo imali yokuqala ngoba vele elokuqashwa ithemba selithanda ukungiphelela. Kuqashwa ngesipiliyoni la eNingizimu Afrika.

Sanelsiwe Mahlanze Iphupho lami ukuthi ngelinye ilanga ngibe nebhizinisi kube yimi umphathi bese ngikwazi nokwakha indawo ezohlala izintandane nezingane ezihlukumezekile, ngibanike uthando nokudla.

Msah Nomandla Dangah Yazi uhlupheke uphethwe abamnyama njengawe uzufise ukuhlupheka uphethwe umlungu ngoba ukuhlupheka uphethwe umuntu unjengawe kufana nokuhlushwa ekhaya kini ngathi ungathutha. Sithwele kanzima!


Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.