Umbono: Okwazibopha kozikhulula

2016-07-21 14:32

Durban - Umuntu kumele ayiqaphele indlela aphila ngayo ngoba uthi eseshona kuvele wonke amahlazo ahlale obala.

Awungitshele nje usudicilela phansi igama lakini ngemanyala owenza ekuhambeni kwakho. Ushiya ingoduso ekhaya konke kuhle nayi nengane,

Uhambe uye koThekwini, ufika lapho usuphenduka isitabane usuze ushadile naso. Phezu kwakho konke lokho awulikhulumi iqiniso ngesimo okuso wonke umuntu azokwazi ukuthi kwenziwa njani.

Nansi imibono yabafundi:

Quiniz Mathonsi Bayobe basiyekile abomnden wesidumbu,ubutabane bengizobukhipha ngenduku,besizoluqalekisa usuku esashintsha ngalo laba isitabane,hawu bafuna ukusiphatha phela manje laba osisi nobhuti makoti yeeeeeerrrrrrr!

Bavikile Hloniphile Mkhwanazi Mmmmm umhlaba uyabhubha amadoda asahlal' emakhandleleni amboze ngetshali, isigcino bazofunukuzila, siyabheda lesi sitabane kumele umuntu angcwatshwe kubo.

Sanele Cyprian Zwane  Ithi ingabankulu ingabe isazekeka inkosi impela soyicela ivuthiwe.

Sihle P Ngubane Kunzimake umasekufika la ngoba nabafowethu bayayenza indaba ekugcineni kuhlupheka thina esisele.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24 naku-twitter, ubone abanye batheni. 

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.