Umbono: Sithi dudu emndenini

2016-08-15 20:30

Durban - Akasekho emhlabeni lowo owake waba nguNgqongqoshe wezemiDlalo kuleli, uMakhenkesi Stofile.

Sengathi umphefumulo wakhe ungaphumula ngokuthula

Baphawule kanje abafundi:

UMakhosazana Khuzwayo uthe:  Hawu kwabuhlungu aphumule ngokuthula ulisebenzele izwe lakithi sibonga kumndeni wakhe ngokukusiboleka yena.

USenele Nene uthe: Umoya wakhe ulale ngoxolo.

UMandla Khusu uthe: Engath umoya wakho ungalala ngoxolo baba'Stofile.

ULuzile Khoza uthe:  Aphumule ngokuthula.

USbu Zulu uthe: Eish ezibuhlungu lezi kodwa ke siyamukela ngokwazi ukuthi konke kungoJehova odalayo aphinde alande. Dudu kumndeni nezihlobo.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.