Umbono: ‘UBenni angangqimuzi abafana ngesibhakela ngoba unenhliziyo encane’

2017-06-13 16:00

Cape Town – Abathandi bebhola lezinyawo kuleli sebezwakalise ukuphawula okuhlukene kulandela ukuqinisekisa kweCape Town City FC ukuthi owayengumgadli weBafana Bafana owayengalibheki ipali, uBenni McCarthy, useqokwe njengomqeqeshi omusha wale kilabhu.

Yize noma bekhona labo abamethembayo lo mgadli ohamba phambili ngokushaya amagoli eqenjini lesizwe kodwa abanye bazwakalise ukungabaza ngokuthi uzokwazi yini ukuziphatha kahle ngenxa yokwaziwa njengomuntu onenhliziyo encane.

OLUNYE UDABA: SEKUQINISEKISIWE: UBenni uzovala isikhala sikaTinkler

Zifundele iminye yemibono yabafundi beZindaba24 ecashunwe kuFacebook kanjalo nemibono ecashunwe kuTwitter.

Smanga Zulu - Siyambongela uBenni, angangqimuzi abafana ngesibhakela kodwa ngoba inhliziyo yakhe uhlale eyiphethe ngesandla.

Phumlani Muthwenyongo Langa - Ngimfisela inhlanhla uBenni sengathi angafike aqhubeke lapho kugcine khona uTinkler.

Mahlobo Ntsike - Kukhulu abazokuzuza kuBennie abadlali

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.