Umbono: UShakes unokwenzelela uma ekhetha eseBafana

2016-05-19 14:31

Durban - Umqeqeshi weBafana Bafana uShakes Mashaba umemezele isikwati esizodlala neGambia kowokuhlungelwa i-Afcon ngomhlaka-14 Juni.

Sibe sesibuza abafundi bethu ukuthi ngabe uShakes Mashaba ukhethe kahle noma cha?

Onozinti: Khune, Mabokgwane, Mhlongo

Abadlali basemuva: Mphahlele, Thopola, Matlaba, Mathoho, Hlanti, Coetzee, Langerman

Abadlali basesiswini: Jali, Serero, Kekana, Masango, Dolly, Makola, Furman, Mahlangu, Morena

Abagadli: Mabena, Gabuza, Mncwango, Vilakazi

Nazi izimpendulo:

Nhlane Masuku Unozinti weWits uqhwakele phezulu kwiligi ye-PSL kodwa akamazi ukuthi akabuyi ngaphandle kufana ncamashi nakwenze kuPrince Nxumalo ngamagoli.

Memba Lembede Cha uShakes ukhethe kahle nakhu ufake noThopola, nakho-ke eseshiya uRakhale kodwa asingamgxeki asithule sibuke sisaphothe.

Leendokuhle Mqadi UKhune uphelezela uMhlongo nje noGabuza cha bayayidla impande bakuBafana. Savelelwa uGabuza sengathi angaphinde ashwebe futhi.

Musa Robert's Kodwa lo Khune olokhu wakhethwa impela soke sibone, iBafana ngeke iwine lutho kusekhona uKhune - uyibhadi lo muntu esikwatini!

Nkosinathi Mkhize UKhune angisawuboni umsebenzi wakhe.

Siphiwe Njeya Lucas Engabe u-Erasmus noMoneeb Josephs bemdlelani uShakes njengoba ekhetha izinkomo ezinjengoGabuza noMncwango noMabena noMabokgwane nje!

 

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.