Umbono: "Uwusebenzise ngokushesha umqondo wakhe"

2016-07-26 13:30

Durban - Usinde ngokuthi akotele esihlahleni ahlale khona kuze kube kufika abatakuli owesilisa obesepulazini elingaphandle kwaseMhlali, ogwini olusenyakatho yeKwaZulu-Natal.

Baphawule kanje abafundi:

UJabu Ngubane uthe: Siyabonga okubalulekile ukuthi usindile nanokuthi ufikelwe yilowomqondo angavele aphonse ithawula uma eseficwe izikhukhula.

UBuddah Tsee uthe: Hhaycha yona ibishubile lemvula yayizolo nami nje bengingeke ngiziphothe bengingakotela.

USthembiso Estcourt uthe: Uwusebenzise ngokushesha umqondo wakhe.

USweetness Zamokuhle Ingwan'elihle Khanyile uthe: Waze wahlakanipha umuntu....asimshayeleni izandla.

UNtombizodwa Zuke uthe: Ube neqhinga yazi ngoba ngabe kukhulunywa okunye manje.

 

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.         

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.