UMBONO: Uyinkunzi emidwayidwa uZuma

2018-04-06 14:00

 eThekwini - Ahlehliselwe umhlaka-8 Juni amacala abhekene nalowo owayengumengameli wakuleli uJacob Zuma ngemuva kokuvela kafushane eNkantolo eNkulu eThekwini.

Ukuqulwa kwecala likaZuma kuhlehliswe yiJaji uThemba Sishi, waveza ukuthi udedelwe ngesexwayiso.

Ngemuva kwaleli cala, uZuma uthathe umbhobho wabonga labo abakwazile ukufika bezomeseka enkantolo.

"Ngifuna ukunibonga kakhulu, ikakhulukazi imithandazo yenu eniyenza ngaso sonke isikhathi. Sengathi uNkulunkulu angenza ukuthi imithandazo yenu isheshe ifinyelele Kuye," esho.

Uphinde wabonga bonke abaholi besifundazwe abebekhona enkantolo kanjalo nalabo abebezomeseka.

"Ngifuna ukuzibongela, ngiphinde futhi ngizibongele njengoba ngazibongela eminyakeni eminingi eyedlule. Kunezinto ezikulandelayo, ngisho uthi uyazivika zingavikeki," esho.

Nansi imibono yabafundi:

Sfiso Zwane Badlala ngaye uMsholozi untombi zimlanda endlin nkunz emidwamidwa ekade ziyihlaba inkunzana zehluleka uphunyuka bemphethe bethi bamqeda amandla behluleka umthethi wecala maqedane aliwine! Nxamalala

Buti Phumoh Ngcobo Amacala ango-1990 esivumelwano sokuthengwa kwezikhala... kwakubusa uDe klerk... kwakungakongeni ngisho noHulumeni wentando yeningi, kwenzeka kanjan ukuthi umuntu oyilunga leAnc futh eyayisiyo ingxenye kahulumeni owawubusa. Khona okushaya amanzi ngalecala  akubizwe ababengomengameli ngaphambi kwakhe bazophendula ngoba usaphila nje uDe klerk.

Fikzin Hlanyest Ngiyavumelana ngoba uZuma ubesiphethe kahle kulelizwe kodwa zinto seziyabheda ngoba sekukhona uRamaphosa #ramaphosamust fall!!

Nonjabulo Ngubane Uthi uMsholozi labo abafuna kuqhubeke icala...NB:Uma kwenzeka liqhubeka bayofisa ukuthi lingaqhubeki ngoba lizovela iqiniso.....ubuze nokuth out of 783 charges abebekwe wona bt usesele no16 aseyephi wonke lawa amanye athethwe ubani??? Waphinde wathi lelicala abekwe lona lezikhala lenzeka eseyi MEC eKZN manj wahlangan kanjan naloko....waphinde wathi banenhlanhla abantu manje ngoba abasashawa ngoba ngabe baningi asebathele induku....ekugcineni wavala ngongoma ethi Ngimanxebanxeba Zinsizwa engakhula nazo.....namuhla ngibonile ukuth uMsholozi usathandwa kakhulu

Khulekani Somnandi Msimanga UZuma uthe ayekade emaningi amacala abethweswe wona kodwa manje amanye asesusiwe naye uyazibuza ukuthi athethwe nini lowomacala ngoba akazikhumbuli esenkantolo yena lol. Sidla ipolitiki nje lapha. Aseyephi amanye amacala njengoba kwakuthiwa angaphezu kwa700, kodwa manje kuthiwa sekusele 17. Aseyephi amanye? Yingakho uMongameli ethi ukube induku isavumelekile ngabe baningi aseke wababhaxa ngenduku lol. Uthi kukhona nje aye ababuke abahalele ngesibhaxu esinzima.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
 

Hilarious doggo Snapchats that have us in stitches

We’ve listed our favourite dog Snaps that are bound to have you laughing out loud or, in the very least, brighten up your day.

 

Paws

How your dog can tell what you’re feeling
Share your 67 minutes with animals in need this Mandela Day
Kevin Anderson’s dog is winning at Instagram!
Kim Kardashian-West buys fake testicles to boost her dog’s self-esteem
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.