Umbono: Vuselela ubumnandi ekamelweni ngosizo lomholi wakho

2016-07-11 14:33

Durban - Kuthiwa indaba isekamelweni, ngakhoke uzobuzwa kanjani ubumnandi uma ungenalo ikamelo lakho nodali wakho kodwa nilala nonke nezingane.

Kunzima ngisho nokumpotopotoza la udali wakho ngoba izingane zizobona umhlola. Ngathi isisombululo sihamba nomholi we-EFF.

UJulius Malema uthi votela iqembu lakhe, kuzoshintsha nesimo sasekamelweni, nikhumbuzane nomama ka-boy ukuthi yini eyanenza nathandana kangaka.

Nansi imibono yabafundi:

Phakamani Gift MngomezuluUya ngokuya ephuma endleleni lo mfana nomdumo udlala ngaye ngathi lento ayidlayo iyamsanganisa ngoba uphupha emini aphinde ahheme emini kwaBha.

Sandile Mbeje: Imani-ke njengoba ngiluthokozela kumanje nje shuthi mase kuyi-EFF kobe kuketuka ufudu? Yey angiyazi mina-ke le.Kwaaaaaaaa.

Sbongisen Mthembuhawu akasazi uzothini lo manje usesangana ngempela ke bo

Vincent Mfana NyandeniUqale wathi uyovumela insangu ibesemthethweni manje sekuwucansi.UMalema udukise abantu abasha wabaqeda ngisho nenhlonipho iya ngokushabalala akusekho omdala kunomunye futhi akusekho ngisho umholi ongaphezu komunye.Awu awu awu lafa elihle kakhulu.

Zakheleni MdluliKanti nolwasehlathini ucansi luyathokozisa uma muntu emnandi nje ikhona okuhle lol


Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi ezishicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Izindaba.News24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.