UMBONO: 'Yeka izinyembezi zethu sikhalela isigebengu somfazi'

2017-03-15 16:01

Durban - Bayaveva abantu ngodaba lukaSbongile Mbambo ongumama wengane okwakusolakala ukuthi ithunjiwe.

Selokhu kwavela ukuthi lo mama utholakale nengane kanye nesoka lakhe belibangise kubo kwesoka ukuze ingane iyoshunqisela impepho, abantu abawuvali umlomo.

Iningi labantu likhala ngemithandazo kanye nezinyembezi zabo bezwelana nale mbokodo ngokulahlekelwa yingane, kanti badlala ngesikhathi.

OLUNYE UDABA:INGOSI: Kuyoba kubi impela uma umama wosana ebemdibi munye ‘nezigelekeqe’

Izwe lonke lalibambisene kukhulekwa kududuzwa lo wesimame, kanti ekugcineni uyena ozoboshelwa ukuthumba lolu sana.

Nakhu ukuphawula kwabafundi bethu la ngezansi:

Yeka izinyembezi zethu sikhalela ubala

Ndalwenhle Mashiyamahle Awu yeka izinyembezi zami bakithi, ngingadli ngithandazela lesi sikhohlakali ukuthi siyithole uyithole ingane iphila, eyi ngoba umuntu uma elahlekile kukancane ukuthi umthole esaphila kulo mhlaba esiphila kuwo. sengathi ungathi uyaphuma lapho enkantolo ushayiswe itekisi, uvuke uthi uyahamba futhi ushayiswe ibhasi, uthi usathi uyazihudula futhi aa ibhasi ushawe istimela.

Bhekie Thabethe  Into engbukayo losisi uzolahlekelwa yiwo womabili abadoda akhe angiboni ikhona esengamethemba makunjena yize beluthwe ngeyodwa kodwa isiyamazi  unhloboni.

Maureen Hadebe Ave kukuhle umane umyeke umuntu wabantu uma ungasamfuni, ngabe asiwaboni lamahlazo. futi lo-Ben10 ngeke akucoshe uma indoda isikulahla.

Ndalwenhle Mashiyamahle lol oe uyangcika lomama. inhliziyo yami iphukile yazi ngicabanga ukuth kazi ikuphi ingane, idlani la ikhona, ushintshwe ngani inabukeni plus iyintombazane hlawumbe sebeyidlwengulile nje, ngicabanga ukuthi mhlawumbe sidayisiwe yayobulawa ingane kuze kwenziwe imithi. Manje kanti lona udlala ngathi njena nomkhwenyana wakhe bakithi esekhala kwi -tv, bekubuhlungu. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.