UMbono:Icala likaNkosazana wukuthi wayegane uZuma?

2017-12-17 14:31

eThekwini - UNkosazana Dlamini-Zuma unomlando oqhakazile nongenaso isici kwezePolitiki. Lokhu kwakhanya kakhulu ngesikhathi ethatha isikhundla sokuba wuNgqongqoshe wezeMpilo.

Lo mholi wathatha izinqumo ezazingezinhle kwabaningi kodwa zaphasiswa futhi namanje zisalandelwa.

Zingakhi izindawo ozaziyo ezinezimpawu ezinqabela abantu ukuba bangabhemi? Konke lokhu waqhubeka nakho ngisho esephethe umnyango wezaseKhaya.

Ubuholi bakhe babonakala nakwamanye amazwe ase-Afrika, waba ngosimame wokuqala ukuba ngusihlalo kakhomishana we-African Union.

Kukho konke lokhu, asikaze sizwe imibiko emibi ngaye kwabezindaba. Umsebenzi wakhe wayewenza ngokukhulu ukwethembeka.

OLUNYE UDABA: #ANC54: UNkosazana Dlamini-Zuma

Namuhla umi njengowesimame obheke ukuhola inhlangano enkulu kunazo zonke e-Afrika.

Ukwengamela le nhlangano kusemandleni akhe futhi abekho abangabaza amakhono akhe, kodwa indaba inesibongo.

Lapho sesiseminyakeni yokuphakamisa abesimame ezimbonini ezahlukahlukene, kukhona owesimame osacwaswa ngenxa yesibongo sakhe?

Ngabe kuseyinkululeko le? Ukuthi esikhundleni sokubheka amagalelo omuntu kanye nolwazi lomsebenzi wakhe, sibheka isici esizomcindezela ngaso.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.