Umbulali uchaza indlela agenca ngayo ikhanda lomufi

2016-05-03 14:31

Cape Town – Owesilisa waseKapa uchazele inkantolo enkulu yaseNtshonalanga Kapa ukuthi wayeqhutshwa “imimoya” ngesikhathi ebulala uLee Adams, 15.

U-Aljar Swartz ulahlwe icala lokubulala lo mngani wakhe ngesikhathi emyanga ukuba beyobhema umthunzi wezinkukhu emagcekeni esikole esingasasetshenziswa.

USwatz wayeneminyaka engu-17 ngesikhathi enza lokhu kanti uthi wayenokuzwa ngokudayiswa kwezicubu zemizimba yabantu abanesiphiwo (albino) nokuyinto eyamnika isu lokugenca u-Adams.

Ngesikhathi enikeza ubufakazi, uthi wayehlele ukudayisela isangoma ikhanda lika-Adams ngemali engango-R5 000.

OLUNYE UDABA:Indoda igence unkosikazi ngembazo yase izilengisa

Oyisikhulu sabahlaziyi bengqondo emaphoyiseni uMajor Hayden Nibbs, unikeze ubugakazi bokuthi abantu abagula ngengqondo abavame ukwenza izenzo ezifana nalezi.

“Kuvame ukuthi umuntu aye esangomeni nesicelo esithile, bese kuba yisona esishoyo ukuthi yini efunekayo ukuze kwenziwe umuthi. Leso sicelo sizodluliselwa kumuntu wesithatho okunguyena ongumbulali,” kusho yena.

Uqhubeke wathi isisulu sithathwa siphila sikhiswe izicubu zomzimba sihayiza futhi sikhala kunjalo, hhayi sesibulewe njengokwenza kukaSwartz.

African News Agency

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.