Umculi uqinisekise ukuthi uselotsholiwe

2016-11-11 13:31

Johannesburg - UBulelwa Mkutukana owaziwa kakhulu ngelikaZahara udalule ukuthi isoka lakhe leminyaka u-Amaza Ntshanga woMhlobo Wenene usemulobolile.

UNtshanga ulobole uZahara kubo ePhumulani eduzane nase-East London ngesonto eledlule.

Njengamanje baphezu kwamalungiselelo omcimbi wokwamukela umkhwenyana emndenini wakwaMkutukana, kusho uZahara etshela abeSowetan.

OLUNYE UDABA: UZahara uphika eyokukhulelwa neyomshado

Kulo mcimbi kufanele uNtshanga achithe ubusuku obubodwa kubo kamakoti aphinde abonane namadoda omndeni ngosuku olulandelayo.

Ngemuva kwalokho ubaba kaZahara uyobe esekwethula indodakazi yakhe emndenini wakwaNtshanga.

UZahara utshele abephephandaba ukuthi akuve ejabulile ngokuqhubekayo yize engawufuni umshado omkhulu kodwa uthe umndeni wakhe ufuna indumezulu kanti abeTop Billing bacele ukuwukhipha kumabonakude.

Lezi zithandani bezingakalukhethi usuku lomshado omhlophe kodwa uthe ungase ube ngasekuqaleni konyaka ozayo.

UZahara nesoka lakhe baqala ukujola ngo-2011 yize selokhu bazana besaneminyaka engu-13 ubudala, uNtshanga ethandana nomngani kadadewabo omdala.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.