Umculi weKwaito uchitha imibiko ethi ukhulelwe

2018-04-10 18:04

Johannesburg - Umculi weKwaito kuleli uMshoza uchithe imibiko ethi yena nomyeni wkahe uThuthukani Mvula balindele umntwana.

Iphephandaba iSunday Sun libike ukuthi imithombo esondelene nesimo idalule ukuthi uMshoza uzithwele.

Yize kunjalo, ekhuluma neTshisaLive uMshoza uyichithile le mibiko, wachaza ukuthi akazi ukuthi yini edale ukuthi kusabalale la mahlebezi.

OLUNYE UDABA:Kubikwa ukuthi akamuhle empilweni umculi weKwaito

UMshoza uthe okwamanje usagxile emculweni wakhe.

"Cha akusilo iqiniso. Angazi ukuthi la mahlebezi aqhamuka kuphi ngoba anginazo izinhlelo zokuthola ingane maduze. Ngihlela ukuthatha uhambo, ngakho angikwazi ukukhulelwa ngibe ngihlele uhambo."

Akusikho okokuqala uMshoza ebhekene nala mahlebezi okukhulelwa. Selokhu ashada ngokosiko noThuthukani ngoNovemba odlule, amahlebezi alokhu eqhamuke njalo ezinkundleni zokuxhumana.


 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.