Umculi wodumo ufuna abantu abazomsebenzela

2017-02-08 11:30

Johannesburg – Umculo wodumo eqenjini lomculo iMi Casa, uJ’Something, usememezele izindaba ezimnandi kubantu abangasebenzi njengoba edalule ukuthi usemkhankasweni wokuthungatha abantu abazomsebenzela.

Lo mculi usanda kumemezela ukuthi usezovula indawo yokudlela okungayakhe, kanti kuyimanje uthungatha abantu abazoba ngabasebenzi bakhe.

OLUNYE UDABA: Abemidlalo kamabonakude badube amaSaftas Awards

UJ’Something umemezele lezi zindaba zamathuba omsebenzi enkundleni yezokuxhuma, i-Instagram nalapho ebhale ukuthi, “Ufuna ukuba yingxenye yesitolo sokudlela? Ngithumele i-CV yakho ku-jobs@jsomething.com.”

Leli kungaba yithuba eliyingqayizivele kulabo abangathanda ukuthi lo mculi odumile abe ngubasi wabo.

Zibonele isimemezelo ngezansi:

?? ATTENTION ?? We are hiring. Tag a friend who might be interested! #SomethingsCookingByJ

A photo posted by J'Something™ (@jsomethingmusic) on

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.