Umdlali omusha weChiefs uthi ukulungele ukubhekana nengcindezi

2016-07-20 07:34

Cape Town – Umdlali omusha weKaizer Chiefs u-Enocent Mkhabela uthi uyayazi indlela iqembu lakhe elizoyisebenzisa kuyona yonke imidlalo.

Ngokwe-website yeqembu, lo mdlali oneminyaka engu-27 ubudala uthi baningi abadlali abasezingeni eliphezulu eqenjini lakhe kulandela ukuthengwa kwabadlali abasha.

Funda nalolu daba: Uthelekile eMayfair odabuka eGhana

“Ukuncintisana kukhulu lapha; abadlali abawuthathi kancane umsebenzi wabo kwiChiefs.”

Uphinde wathi okwamanje konke kuhamba kahle kwiChiefs, uyakujabulela ukujoyina leli qembu.

“Angicabangi ukuthi ingcindezi izongihlula.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.