Umdlali omusha weChiefs uthi uzimisele ngokumbonga uKomphela

2016-07-29 14:31

Johannesburg - Umdlali omusha weKaizer Chiefs uRyan Moon uzimisele ngokumbonga umqeqeshi uSteve Komphela ngoba ukhombise ukumethemba.

IChiefs ngoLwesithathu imemezele ukuthi usengumdlali wayo uMoon owayedlala ngaphansi kukaKomphela ngesikhathi esaqeqesha iMaritzburg United.

"Ungenzele izinto zabalula,” kusho uMoon kwiKickOff.com.

Funda nalolu daba: 'IChiefs isiyalele umdlali ukuba ayeke ukuzilolonga naleli qembu'

"Kusesazandleni zami ukuba ngilibambe ngazo zombili leli thuba. Kudingeka ngikhombise ukuthi akenzanga iphutha ngokungethenga angikhombise khona ngokuthi anginikeze ithuba lokudlalela iqembu elikhulukazi eNingizimu Afrika.”

"Angikaze ngicabange ukuthi lokhu kuzokwenzeka ngokushesha okungaka, kodwa vele mina nomfowethu besinakho ukuyithanda iCheifs.”

"Manje sengithole ithuba lokuyidlalela. Lokhu kuyinto enkulu kumina.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.