Umdlali uthi uzosihlonipha isinqumo seqembu ngekusasa lakhe

2017-06-01 14:06

Johannesburg - Umgadli wePolokwane City uThobani Mncwango uthi uzosihlonipha isinqumo saleli qembu laseLimpopo ngekusasa lakhe.

Lo mdlali oneminyaka engu-29 ubudala umiswe yiqembu ngoFebhuwari ngezizathu ezingaziwa, kodwa wabuyela ebhentshini ngesikhathi bedlala neCape Town City umdlalo wokugcina ngempelasonto edlule.

Usasalelwe unyaka kwinkontileka yakhe futhi uthi ukulungele ukuqhubeka nokuhlala kuleli qembu uma lifuna ukumgcina, kodwa umile kwelokuthi namanje akazi ukuthi wayemisweleni.

"Inkontileka yami isalelwe unyaka,” kusho uMncwango etshela iKickOff.com.

OLUNYE UDABA: Ungihlabe umxhwele uBaxter - Pitso

"Okwamanje ngigxile esikhathini enginaso neqembu. Ngizosihlonipha isinqumo abazosithatha, asikakhulumi ngezindaba zenkontileka noma ngokudedelwa kwami.”

UMncwango uthi useyidlulisile indaba yokuthi wamiswa yiqembu.

Uthi akufundile ngokumiswa kwakhe ukuthi kumele aqine.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.