Umdlwenguli ugweme ukuboshwa ngokushada isisulu

2016-08-04 16:01

Kuala Lumpur- Indoda yaseMalasia eyadlwengula intombazane eneminyaka engu-14 ubudala igweme ukuyobhadla ejele ngemuva kokushada nesisulu, okuyinto ecasule izishoshovu zokuguqula nokuhlolisisa umthetho ngoLwesine.

Inkantolo ekwisiFunda saseSarawak eBorneo island eMalasia ikhiphe isinqumo ngesonto eledlule yathi asikho isidingo sokuqhubeka necala kulandela ubufakazi bokuthi laba bobabili bashadile, kubika abezindaba zeBorneo Post.

OLUNYE UDABA: Ulengisiwe owabulala owayezama ukudlwengula

Isisulu esesineminyaka engu-15 ubudala kusolwa ukuthi sadlwengulwa ngu-Ahmad Syrkri Yusuf oneminyaka ebalelwa kweko-20 ubudala ngonyaka ophelile. Uma udlwengulile eMalasia ugwetshwa iminyaka engu-30 ejele "nokuthelwa" ngesibhaxu. 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.