Umdlwenguli wayekhohlisa izisulu ngenyama, ugwayi noswidi

2016-07-04 16:06

New York - Uthweswe icala udokotela ngemuva kwezinsolo zokudlwengula iziboshwa zabesifazane ejele iRikers Island, lokhu kungokusho kwamaphepha asenkantolo yaseNew York.

Icala lavulwa ngabesifazabe abathathu enkantolo yaseManhattan, besola uSidney Wilson ngokubadlwenula, ukubahlukumeza ngokocansi nokubahlukumeza isikhathi esingangeminyaka emibili.

OLUNYE UDABA: Ubaba nendodana bahlaselwe izingwenya endaweni yokungcwbeleka

 Ngokomthetho iziboshwa azikwazi ukuvuma ukwenza ucansi. Laba besifazane batshele inkantolo ukuthi uWilson wabanikeza inyama yenkukhu yakwaPopeyes, uswidi, ushingamu nogwayi ngoba efuna ukuzibandakanya naye ocansini.

Lo dokotela ubephinde anikeze labantu besifazane amaphilisi ukuze bezowadayisela ezinye iziboshwa. UWilson wayetshela bonke labantu besifazane ukuthi uyabathanda eze ebafakela nemali kuma-akhawunti abo,

Ngokombiko weWorldwideweirdnews uWilson akasavumelekile ukuvakashela ejele iRikers Island.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.