Umeluleki wesikole uzofaka isicelo sebheyili ngelokudlwengula

2016-07-04 07:31

Pietermaritzburg –Owesilisa obesebenza njengobamaluleki wezengqondo esikoleni uzofaka isicelo sebheyili eNkantolo kaMantshi ePietermaritzburg.

Lo maluleki oneminyaka engu-31 ubudala ubhekene namacala amathathu okudlwengula abafundi kanti kusaphenywa amanye angu-10 kuya ku-15.

OLUNYE UDABA:Umkhwenyana uboshelwe ukudlwengula unkosikazi

Ngokwemibiko yephephandaba i-The Witness, lo msolwa waxoshwa emsebenzini wakhe esikoleni samabanga aphansi kanti kuthiwa ubesabisa abafundi ngokuthi uzobulala abazali babo.

 Umshushisi omkhulu uPatti David utshele inkantolo ngoMsombuluko odlule ukuthi lo msolwa ubethatha abafana abaseminyakeni ephakathi kwemine neyisishiyagalolunye abahlukumeze ngokocansi ehhovisi lakhe.

Uqhubeke wathi umsolwa ubehlukumeza izingane ezinezinkinga noma ezisuka emakhaya angahlelekile kahle.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.