UMengameli udlulise amazwi enduduzo emndenini kaLundi

2017-01-27 14:32

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma udlulise amazwi enduduzo emdenini wesihlabani somculi weGospel esidlule namuhla ekuseni uLundi Tyamara, 38.

Lesi sihlabani sishonele esibhedlela i-Edenvale, eGoli.

OLUNYE UDABA: "Sibonga iNkosi ngokusithathela uLundi"

UBongani Ngqulunga okhulumela uMengameli uthe, imboni yomculo wokholo eNingizimu Afrika igqemeke ingozi ngokudlula kukaLundi emhlabeni.

"UMengameli uthe ubuhlungu kokudlula emhlabeni kwalesi sihlabani esinekhono elingaka sisesisha. Kufanele izwe libeke umndeni wakhe emthandazweni. Alale ngokuthula."

- SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

     

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter





NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.