UMengameli ukhalisane nemindeni yabashone kuvuza i-gas eDBN

2017-02-18 09:45

Durban - Aphumile esibhedlela amasosha angu-21 abengeniswe ngemuva kokushona kwabantu abayisithupha kulandela ukuvuza kwe-gas enkanjini yamasosha eThekwini, kusho okhulumela amasosha ngoLwesihlanu.

Amasosha amathathu asemanzini kanye nabasebenzi abathathu boMnyango wezemiSebenzi yoMphakathi bashonile ngemuva kokuhilwa yi-gas, esehlakalweni esichazwe njengesibi kakhulu, kusho uRachel Dulamo.

Kusaphenywa ngembangela yokuvuza kwe-gas.

OLUNYE UDABA

Amagama abantu abashonile azokhishwa uma imindeni isiyazisiwe.

UMnyango wezabasebenzi uthe abasebenzi abathathu bebelungisa okuthile estamkokweni ngesikhathi bezwa kungasaphefumuleki.

Amasosha ashone ezama ukubasiza.

Esitatimendeni, uMengameli Jacob Zuma uzwakalise ukudumala, wakhalisana nemindeni ethintekile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.