UMengameli uthi kusaseqhulwini kuhulumeni ukwenza ngcono impilo yabahluphekayo

2017-12-31 12:03

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma uthi ukwenza ngcono impilo yabantu abadla imbuya ngothi kusaseqhulwini kuhulumeni.

Ngo-Agasti 2017, iStatistics South Africa yakhipha izibalo eziveza ukuthi izinga labantu abahluphekayo kuleli liyenyuka.

Ngokusho kombiko weStats SA Poverty Trends, kubantu baseNingizimu Afrika abalinganiselwa ku-55 million, ingxenye yabo idla imbuya ngothi.

Kodwa, edlulisa umyalezo kaNcibijane, uMengameli Zuma uthi uhulumeni usazimisele ngokwenza ngcono umpilo yabantu abahluphekayo.

OLUNYE UDABA: Umehlokaboni ngokubulawa kwephoyisa ePE

“Ukwenza ngcono impilo yabantu, ikakhulukazi abahluphekayo nabasebenzayo kusaseqhulwini kuhulumeni, nokulwisana nobubha, ukungalingani nokwentula kwemisebenzi.”

UMengameli Zuma ufuna ukuchaza ngezinhlelo zikahulumeni ukuqinisekisa ukuthi umnotho wezwe ubuyela esimeni sawo.

Emlayezweni wakhe, uMengameli Zuma uvumile ukuthi iNingizimu Afrika ibhekene nezinselelo kwezomnotho kulo nyaka ophelayo.

- SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.