UMengameli uzonikela ngemiholo yakhe yaminyaka yonke

2017-03-14 18:02

Washington  - UMengameli omusha waseMelika, uDonald Trump, uzonikela ngemiholo yakhe yaminyaka yonke engu-$400 000 ekhaya lezintandane, kusho omkhulumelayo, uSean Spicer, ngoMsombuluko – futhi ufuna nokuthi abezindaba, nahlale ebagxeka, ukuthi bamsize akhethe ukuthi le mali izosebenza kuphi.

“Inhloso kaMengameli ukunikela ngomholo wakhe njalo ekupheleni konyaka,” uSpicer utshele izintatheli esithangamini sabezindaba.

“Wenza isithembiso kubantu baseMelika.

OLUNYE UDABA: UsenguMengameli usomabhizinisi waseMelika, uTrump

“Ucele ngomusa ukuthi nonke (abezindaba) nisize ekunqumeni ukuthi iya kuphi (imali),” uqhube kanjalo – nokuyisitatimende esingajwayelekile kuleli Hhovisi likaMengameli njengoba selidume ngokuba nobudlelwano obungebuhle nabezindaba.

Lo somabhizinisi, onomnotho olinganiselwa ezigidigidini, wakusho kaningi ngesikhathi ekhankasela isikhundla sokuba uMengameli waseMelika ukuthi akahlelile ukuthatha umholo.

Omengameli bangaphambilini okubalwa kubo uHerbert Hoover kanye noJohn F Kennedy nabo banikela ngemiholo yabo emakhaya ezintandane.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.