UMengameli uZuma uzovula ngokusemthethweni umgwaqo omkhulu eThekwini

2017-11-29 16:01

eThekwini - UMengameli Jacob Zuma ngoMgqibelo uzobe evula ngokusemthethweni umgwaqo omkhulu uDumisani Makhaye Drive (Main Road 577), eClermont.

Lokhu kuyingxenye yohlelo lukahulumeni lokuthuthukisa ingqalasizinda ezweni lonkana.

Kusetshenziswe imali elinganiselwa ku-R1.3 billion ukwakha lo mgwaqo omkhulukazi ohlanganisa amalokishi ayisithupha iNewlands, KwaMashu, Nanda, KwaDabeka, Clermont kanye nePinetown.

Lo mgwaqo wakhiwe ngendlela yokuthi yiwona ongasetshenziswa ukuya esikhumulweni sezindiza iKing Shaka uma kunesiminyaminya phakathi kuka-N2 noN3.

OLUNYE UDABA: Kuvalwe umgwaqo izitshudeni zivuka umbhejezana eThekwini

Ngokusho kweHhovisi likaMengameli lo mgwaqo uqanjwe ngegama lesishoshovu uDumsani Makhaye owaba namagalelo amakhulu kuhulumeni njengoba ake aba nawuNgqongqoshe osesigungwini esiphezulu esifundazweni iKwaZulu-Natal.

Umcimbi wosuku lokuvulwa komgwaqo uzobe ubanjwele enkundleni yezemidlalo iSugar Ray Xulu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.