UMengameli uzwakalise ukudabuka ngabavukuzi abashone ezimayini

2018-05-05 12:08

Johannesburg - UMengameli Cyril Ramaphosa uzwakalise ukudabuka ngokudlula emhlabeni kwbavukuzi abangu-7 ezimayini iSibanye-Stillwater's eDriefontein, eduzane naseCarltonville eWest Rand ngoMgqibelo.

Isibalo sabavukuzi sinyuke kulandela imibiko yokushona kwabavukuzi abane.

"Njengohulumeni neNingizimu Afrika yonkana, sibeka imindeniyabasebenzi abashonile emcabangweni nasemthandazweni.

OLUNYE UDABA:UMantashe udlulise amazwi enduduzo emndenini yabavukuzi eGauteng

"Phakathi kwabavukuzi abashonile ngabadabuka emazweni angomakhelwane okubalwa kuwo iMozambique."

"Siphinde sibeke emthandazweni abasebenzi abathintekile kule nhlekelele."

URamaphosa uphinde wathi uyathemba ukuthi uphenyo olubhekene nenhlekelele yaseDriefontein luzodalula imbangela yesigameko luphinde luholele ekutheni kutholakale isisombululo sale nkinga yezinga lokushona kwabavukuzi eNingizimu Afrika esingamukelekile.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.