UMengameli waseMelika usevale imingcele okwesikhashana

2017-01-28 17:01

Washington - UDonald Trump umise ukungena kwabokufika eMelika izinyanga ezine wabuye wamisa ukuvakasha kwabantu baseSyria kanye nezivakashi zasemazweni ayisithupha amaMuzilemu.

Lo Mengameli uthi lokhu kuyingxenye yohlelo okuvikela amaMelikana kumadelakufa, kubika i-eNCA.

Izivakashi zaseSyria nasemazweni ayisithupha wamaMuzilemu bamiswe izinsuku ezingu-90 ukuba bangalubhadi eMelika. Lawa mazwe ayisithupha yi-Iran, Iraq, Libya, Somalia, Sudan kanye neYemen.

OLUNYE UDABA:Umengameli Zuma ufisele abantu bakuleli amaholidi anokuthula

"Ngizoqhamuka nohlelo olusha lokuhlolisisa abangenayo nabaphumayo kuleli ukuze ahlale obala amadelakufa futhi aphume aphele eMelika. Angiwafuni lapha,”kusho uTrump.

Lo Mengameli uqhubeke wathi kuzovunyelwa kuphela abantu ababuya emazweni aseka izweni lakhe futhi nabathanda abantu abaseMelika.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.