UMengameli waseZimbabwe uphakamise elobumbano namaqembu aphikisayo

2017-11-27 07:58

Harare - Abantu baseZimbabwe kumele babeke ipolitiki eceleni basebenze ngokubambisana ukuze kuvuselelwe izwe futhi likwazi ukusebenzisana namanye amazwe omhlaba,” kusho u-Emmerson Mnangagwa ngesikhathi ethula inkulumo yakhe yokuqala njengoMengameli wezwe.

UMnangagwa usole ubuntekenteke kanye nokungacaci kahle kwibomgomo eyabekwa ngumholi waphambilini uRobert Mugabe.

Lo mengameli uthembise izakhamuzi ukuthi luzoqhubeka ngokuhleliwe ukhetho lwangonyaka ozayo.

Yize esekhethiwe uMengameli omusha waseZimbabwe, kusekude phambili njengoba leli lizwe kumele lisebenze kanzima ukuze litakulwe futhi sithuthuke nesimo somnotho.

OLUNYE UDABA:Wakhala izinyembezi ehla esikhundleni uMugabe

Ngale kwalokho, iqembu elibusayo iZanu-PF libhekene nenye inselelo njengoba izakhamuzi, ikakhulukazi ezasemakhaya zifuna uhulumeni omusha aqinisekise ukuphepha kukaMugabe.

Lezi zakhamuzi zithi ziyalwamukela ushintsho futhi zinethemba lokuthi nempilo izokuba ngcono kodwa bafuna kuqinisekiswe ukuphepha kukamengameli osanda kusula esikhundleni, uma kungenzeki lokho, bazovota namaqembu aphikisayo.

“Asithokozile, kodwa futhi asikhali kakhulu ngoba ushintsho luyadingeka. Sekuyisikhathi sokuthi samukele ubuholi obusha ngethemba lokuthi impilo izakuba ngcono,” kusho isakhamuzi esicele abeCity Press bengalishicileli igama lakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.