UMengameli we-ANC uzokwethula inkulumo yakhe yokuqala eseyivala inkomfa

2017-12-20 08:02

Johannesburg - Inkomfa yeminyaka engu-54 ye-ANC isifinyelele osukwini lokugcina.

Yize kunjalo, umsebenzi ubonakala ungakapheli njengoba ngoLwesibili ebusuku bekusadingidwa udaba lwamavoti angu-60.

Udaba lwamavoti asaleli luzodingidwa kwabanzi ngaphambi kokuba kubikelwa izwe ngesinqumo esiphathekayo.

OLUNYE UDABA: I-ANC ibambe umhlangano mayelana namavoti 'anyamalele'

Yize kunjalo, izinhlelo zonke zenziwe njengoba leli qembu likwazile ukuhlukana ngokokhomishana abazodingida inqubomgomo yombutho kusukela emini ngoLwesibili.

NgoLwesithathu uKhomishana ngamunye uzobamba isithangami sabezindaba lapho bezokwethula ezihamba phambili.

Okunye okulindeleke ukuba kwenzeke ngoLwesithathu wukuthi uMengameli omusha uCyril Ramaphosa uzokwethula inkulumo yakhe yokuqala esevala le nkomfa ngokusemthethweni futhi eveza nezinhlelo zabo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.