UMengameli Zuma ngeke umshayele uDisemba ephethe - Malema

2018-01-08 14:04

Johannesburg - Umholi we-Economic Freedom Fighters uJulius Malema ukholelwa ekutheni uMengameli Jacob Zuma uzogudluzwa esikhundleni ngaphambi kokuphela kuka-2018.

Ekhuluma engxoxweni abenayo nomsakazo i-Energy FM ngoMsombuluko, uMalema uveze ukuthi sezivele zikhona izingxoxo eziqhubekayo ngaphakathi enhlanganweni mayelana nokuthi kukhishwe uZuma emandleni.

UMalema uthe ukholelwa ekutheni uMengameli Zuma uzokwehla ngombandela wokuthi yena nomndeni wakhe bathole ushwele mayelana nezinsolo ezavezwa ngumbiko weState Capture.


UMalema uphinde wakhuluma ngobuholi obusha be-ANC, wathi uMengameli omusha we-ANC uCyril Ramaphosa ngeke akwazi ukuhlanganisa le nhlangano.

Khonamanjalo, umhlaziyi wezepolitiki uKarima Brown ukhulume ku-eNCA wathi uma uZuma ekhishwa esikhundleni lokho kuyokwenziwa yi-NEC ye-ANC hhayi ePhalamende.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.