UMengameli Zuma ubonge izakhamuzi ngokuvotela i-ANC

2016-11-05 15:52

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma ubonge abantu baseNingzimu Afrika ngokuvotela i-African National Congress (ANC) okhethweni lomasipala lwango-Agasti.

UZuma ubekhuluma phambi kwezinkumbi zabalandeli eDumbe, KwaZulu-Natal.

I-ANC yanqoba ukhetho kulo masipala okokuqala kusukela izwe labuzwa ngaphansi kwentando yabantu.

OLUNEY UDABA: Ngeke abekwe icala umfana owadubula ingane ngephutha

UMengameli wathembisa izakhamizu ukuthi uzobuya endaweni azobungaza nazo uma iqembu liwina.

Uthe nakuba iqembu elibusayo lehlulwa kwabanye omasipala abakhulu okhethweni, kusayilona elikhonyayo ezweni.

UZuma uphinde waxwayisa amaqembu aphikisayo anqobe ukhetho komasipala ebebephethwe yi-ANC ngokuthi bazobabuyisa okhethweni oluzayo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.