UMengameli Zuma ugcine ewaqokile amalungu ebhodi le-SABC

2017-10-17 09:31

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma useqoke amalungu amasha ebhodi le-SA Broadcasting Corporation (SABC).

Ihhovisi likamengameli ngoLwesibili lithe uZuma ubeke uBongumusa Makhathini njengosihlalo webhodi, uFebe Potgieter-Gqubule uzoba yiphini lakhe. 

Amanye amalungu ebhodi aqokelwe isikhathi esiyiminyaka emihlanu, ngo:

Mr Krish Naidoo

Ms Khanyisile Kweyama

Mr John Matisonn

Mr Mathatha Tsedu

Ms Rachel Kalidass

Mr Michael Markovitz

Mr Victor Rambau 

Mr Dinkwanyane Mohuba and 

Mr Jack Phalane 

"UMengameli Zuma wonke amalungu ebhodi uwafisele okuhle ngalesi sikhathi azosisebenza ngaphansi komsakazeli womphakathi,” kusho ihhovisi likamengameli.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.