UMengameli Zuma ukugxekile okuqhubeka eLibya

2017-12-01 12:31

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma ukugxekile ukuphulwa kwamalungelo abantu base-Afrika ababoshwe ngokungemthetho behlukunyezwa futhi bethengiswa njengezisebenzi eLibya, okuyisenzo sobugqila.

"Sishaqeka futhi sithukuthelelwe yimbiko yokudayiswa kwama-afrika eLibya nokuboshwa ngokungemthetho kwezinkulungwane zabo, kubalwa abesifazane abazithwele nezingane," kusho uZuma obevakashele eCôte d’Ivoire lapho abehambele khona ingqungquthela yesihlanu ye-African Union-European Union ebibanjelwe e-Abidjan.

Isitatimende esikhishwe yihhovisi likamengameli ngoLwesihlanu sicaphune uZuma ethi: "Asihambisani  neze nokwephulwa kwamalungelo abantu  futhi sivumelane sonke ukuthi lezi zifunda zombili kufanele zisebenzisane neziphathimandla eLibya ngenhloso yokuphuthuma lesi simo esibuhlungu esiqhubeka eLibya."

UZuma eqhuba uthe: "Sivumelane ngokuthi uhulumeni waseLibya kufanele enze uphenyo ngalolu daba aphinde ashicilele umbiko.

"Siphinde savumelana ngokuthi lezi zifunda zombili kanye ne-United Nations zizowucubungula umbiko kanti uma kunezinselela noma ukungavumelani, lezi zikhungu zombili ikuzodingeka ukuba zingenele kulolu daba."

 - ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.