UMengameli Zuma unxuse izinkampani zangaphandle ukuba zitshale izimali kuleli

2018-01-18 09:31

Pretoria - UMengameli Jacob Zuma unxuse ohulumeni bakwamanye amazwe ukuba bagqugquzele izinkampani zasemazweni abo zitshale izimali eNingizimu Afrika.

UMengameli ukusho lokhu ngenxa yokuthi umnotho wezwe ukhula ngaphansi kuka-2%, futhi izwe libhekene nobunzima ekwakheni amathuba emisebenzi kanti nezinga labantu abangasebenzi liphezulu.

Iqembu elibusayo, i-African National Congress (ANC), elisanda kukhetha uCyril Ramaphosa ukuba athathe izintambo kuZuma ekuholeni le nhlangano, yethembise ngokuqinisa imizamo yokuheha abatshalizimali.

OLUNYE UDABA: Kudunwe ibhasi likaMasipala linabagibeli phakathi

Ekhuluma nezithunywa zakwamanye amazwe ezifikele ePresidential Guest House ePitoli, uZuma ugcizelele isicelo sikahulumeni sokutshalwa kwezimali kuleli nokukhulisa izinga lokuhwebelana.

Uthe lelizwe elihle likaNelson Mandela linozinzo futhi livulelekile kubatshalizimali, kanti namathuba akhona.

- SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.