UMengameli Zuma uphasise ukunyuselwa kwezisebenzi zikahulumeni amaholo

2017-11-30 18:00

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma usephasise izincomo zokunyuswa kwamaholo ezisebenzi zikahulumeni, kusho iHhovisi likaMengameli ngoLwesine.

“Ngemuva kokucubungula kahle, phakathi kwezinye izinto, izincomo zekhomishini ebhekelele imiholo yezisebenzi zikahulumeni kanye nesimo somnotho, uMengameli Jacob Zuma usenqume ukwamukela izincomo zekhomishini zokuthi kunyuselwe zonke izisebenzi zikahulumeni imiholo, ngaphandle kwezimantshi," kusho ihhovisi likaZuma esitatimendeni.

Ongqongqoshe bekhabhinethi, amasekela abo, uSomlomo wePhalamende uBaleka Mbete, usihlalo weNational Council of Provinces, amalungu ezishayamthetho zesifundazwe, osomlomo bakhona kanye namajaji - bonke bazonyuselwa amaholo ngo-4%.

OLUNYE UDABA: Ongqongqoshe bafuna ukwenyuselwa amaholo ngo-600%

Kuzothi amalungu ePhalamende nawezishayamthetho zesifundazwe, amakhosi nezindlovukazi bona banyuselwe amaholo ngo-4.5%, kuthi usihlalo weNational House of Traditional Leaders nesekela likasihlalo esifundazweni bona banyuselwe amaholo ngo-5%.

Isiphakamiso sokunyuswa kwemiholo yezimantshi kuzomele siqale siphasiswe yiPhalamende, njengoba kusho umthetho.

“Umengameli ube esenxusa iPhalamende ukuba liphasise imiholo yezimantshi ukuba inyuswe ngo-5.5%.”


– African News Agency (ANA)

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.