‘Umengameli Zuma uzimisele ngokwehla esikhundleni’

2016-05-13 12:31

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma uzimisele ngokwehla esikhundleni ukuze kubuye isithunzi se-ANC, kusho umbiko wephephandaba ucaphuna imithombo engaphakathi eqenjini.

Amalungu aphezulu e-ANC atshele iMail & Guardian ukuthi bebesebenza ngasekusithekeni “ngohlelo lokuthi uZuma eshenxe”.

UZuma useke wabhekana nokugxekwa okukhulu kulezi zinyanga ezedlule mayelana nodaba lomndeni wakwaGupta nesinqumo senkantolo ngodaba lwaseNkandla.

Umbiko we-M&G uza ngemuva kwenyanga iSunday Times yabika ukuthi izikhul;u ze-ANC ziphezu kwamaqhinga okususa umengameli esikhundleni.

OLUNYE UDABA: Ngeke akuthole ukuphumula uZuma ePhalamende - EFF

Abaholi baKhongolose batshela iSunday Times ngesikhathi kwethulwa umhlahlandlela weqembu ePort Elizabeth ukuthi labo abaphezu kwezinhlelo kumele bathi ukuhudula izinyawo “baze benze umnyakazo ngemuva kokhetho”.

I-M&G ibike ukuthi kukhona umbiko ozobekwa ngaphambi kweNational Executive Committee ye-ANC emasontweni amabili ezayo, onezincomo mayelana nenqubekelaphambili yeqembu noZuma.

Kepha umthombo ongaphakathi uthe kumele bacophelele ukuze “bangayicekeli phansi i-ANC”.

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.