Umethuli wezindaba uboshwelwe "ukufuhluza" otshanini esemsebenzini

2016-05-25 11:30

Phoenix - Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela umethuli wezindaba, uJonathan Lowe, wezindaba ze-KPHO ePhoenix ngokuzikhulula esidlangalaleni ngesikhathi esemsebenzini.

Amaphoyisa abopha uLowe eGoodyear, e-arizona ngemuva kwezinsolo zokukaka otshanini bosolwa ngobugebengu odabeni ayesebenza kulo.

"ULowe wakhetha ukusebenzisa igceke lomuntu njengethoyilethi," kusho okhulumela amaphoyisa aseGoodyear uLisa Kutis etshela iPhoenix News Time.

OLUNYE UDABA: Ubulale umkakhe emkhulula ezinhlungwini abekuzo

"Owayebukele ngaphesheya komgwaqo wabiza amaphoyisa. Ngesikhathi efika amaphoyisa uLowe wathi wayexinekile edinga ukuzikhulula wase eboshwa."

ULowe angase ahlawuliswe imali engu-$2,500 noma abhadle ejele izinyanga ezingu-6, ngokusho kwephephandaba.

Okhulumela isiteshi iKPHO TV uthe uLowe akasasisebenzeli siteshi, kubika iHuffingtonPost.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.